Mayelana
Noma ingabe kuthiwa unayo noma awunayo iNgculaza – Ucwaningo luveza ukuthi kunabantu abangu – 5,000 abathola i-HIV zonke izinsuku – UNkulunkulu usenzele indlela yokuba sonke siye ezulwini. Kusemqoka ukufunda ipheshana lensindiso elibizwa nge-AIDS track, liyachaza ukuthi singakhululwa kanjani emaketangeni kaSathane ngegazi elingenasici leNkosi yethu uJesu Kristu.